NAZI EZIVELILE NGAPHA!
UPenny Ntuli uqinisekisa ngokwenze washiya umsakazo i-Gagasi Fm...

uChaze kanje "Ngithi angithathe lelithuba ngiphefumule. Ngiyazi sekukaningi amaphephandaba ebhala ngegama lami, ukuthi sengilaxaze umsebenzi.

Firstly ngithi Angisho entathelini yephepha Ilanga Newspaper ukuthi, I don’t appreciate the words you used to publish this article. Ningibeke njengomuntu ongenawo ungyabonga but also I understand you’d do anything to sell a story & every time I did any good anikaze nibhale ngami.

To confirm the “rumours”, yebo ngiyashiya emsebenzini. It was time to renew contracts & I was given the opportunity to come back this season. I gladly accepted the new show until I was told ukuthi I’ll be getting paid R 2 800 p/m. (Something not too far from what I was getting paid the past 2 years). Ngike ngazizwa ngidelelekile kodwa ngehlisa umoya ngabuyela kubaphathi ukuyocela ukuthi bathi review my salary. Ngaleyo mali angeke ngikwazi kwenza lutho. I asked ukuthi where will I be approved? Impilo izoma mengiveza iPayslip yami. I asked ngizowondla kanjan umndeni wami ngalemali ngoba bonke babheke mina? Bona bangaphila ngalemali? Bengingalwi. Umphathi wami u-Ayanda Melansi in the negotiations suggested I consider other things other than being ON AIR (this also killed my confidence heavily) 😔

Ngibe sengithatha isinqumo sokuthi ngizocela bangabe besayivuselela iContract yami kulonyaka. Angiyekanga ngoba kukhona okungcono osengikutholile. Angiyekanga ngoba ngingasathandi, umuntu owazi mina uyazi how much I love ukusakaza and how much I love Gagasi FM but it’s true I’m not coming back this year kodwa yize kunjalo ngiyabonga kakhulu kwiGagasi FM for the opportunity. ♥️💯

By the way, for those Aspiring Presenters who’d love to go Commercial, sikhona iskhala shoot your shot."🔥🙏🏽💯🙌🏾😉
#southafricancelebrities #southafrica #trending #2024

@GagasiFm
@PennyNtili
‎@ayandamelansi4832 
@CollenZondo
@FelixHlophe
@Madala